Nomakanjani lyrics

(Chorus)
 
  Nomakanjani we dali wam'
  Ngeke ngikushiye
  Siyofa silahlane
  Nomakanjani we dali wam'
  Ngeke ngikushiye
  Siyofa silahlane
 
  Noma bekuthuka
  Bathi awugezi
  Unuk'umlomo
  Ngikuthanda unjalo
  Nomakanjani
 
  (Chorus)
 
  Noma bengithuka
  Bethi nginuk'umlomo
  Ehh dali wami ungithanda unjalo
  Unjalo Unjalo Ehh Unjalo
  Ungithanda unjalo
 
  Nomakanjani nomakanjani
  Nomakanjani
 
  Sondela sthandwa sami
  Sondela sweety lami
  Ohh ngisho ngayo ikhanda yami
ey'khulu yo
 
  Nomakanjani nomakanjani
  Nomakanjani
 
(Chorus)
 
  Noma bekuthuka

 

-

Album: 
Nomakanjani?
Song Year: 
1999

-

-