Vuma Dlozi Lami ft Leleti Khumalo Lyrics

Album: 
Sarafina! The Sound of Freedom
Song Year: 
1992
Genre: 
Pop
Featuring: 

-

.

Ngiyambonga ubaba wami mina
Owangikhipha ekuhluphekeni
Wangitholel'umendo mina
Vuma dlozi lami

Vuma dlozi lami

Umyeni wam uyangithanda
Umama wakhona uyangithanda
Nami ngiyabathanda futhi

Inhliziyo yami igcwele uthando iyaphuphuma
Uyamemeza umamazala len'ezintabeni
(Ay sengiyahamba ngiyomwashela)

Uyamemeza umamazala lene
(Ay sengiyahamba ngiyomthezeli izinkuni)
Uyamemeza umkhwenyana wami lene

More songs