Thambo Lam ft Kwesta Lyrics

Album: 
Echoes of Kofifi
Song Year: 
2016
Genre: 
Gospel
Featuring: 

-

.

[Chorus]
Kentucky ithambo lami
uYilo wena lovie wami
Sthandwa sami
uPhithezelesi imizwa yami
Khetha mina baby
Ngizokuphatha kahle
(Ngikuthande nom’uvutha baby stofu sam samalahle)

Mina ngivele ngiphonse ilitje phezu kwendlu (iLitje phezu kwendlu)
Meka phuma igazi liyashukuma
Mina ngivele ngiphonse ilitje phezu kwendlu (iLitje phezu kwendlu)
Meka phuma izulu liyaduduma
iGama lakhe usbahle (Angeke ngimlahle)
Kwaphela ukubhampa
Namhlanje ngihambe kahle
iGama lakhe usbahle (angeke ngimlahle)
Stofu sam samalahle usbahle ungfudumeza kahle

[Chorus]
Kentucky ithambo lami
uYilo wena lovie wami
Sthandwa sami
uPhithezelesi imizwa yami
Khetha mina baby
Ngizokuphatha kahle
(Ngikuthande nom’uvutha baby stofu sam samalahle)

Sweety lami limkhuhlane
Wena sthandwa sami
Smomoza sami
Ngifuuuna uhlale nami
iSiphalaphala sentombi sibuzwa kuwe
Sincandamathe sami
Sofa silahlane

[Chorus]
Kentucky ithambo lami
uYilo wena lovie wami
Sthandwa sami
uPhithezelesi imizwa yami
Khetha mina baby
Ngizokuphatha kahle
(Ngikuthande nom’uvutha baby stofu sam samalahle)

[Kwesta]
Lo uvilakazi umphephethwa
Umshukumisa igazi uyamenza
Nom ihlaba inameva
iKhandelwe mina nawe lendlela
Mvelase mthembu
My shukela pine nut yami
uBlind untswembu
My boom bap uyi punch line yami
Mama wami
Baphi bo malume
Abafake amabhantji balunge
Sthandwa sami ungabi usaduba
Noma kumakhaza uthando luyavutha
uBamba la ngithi eish
uBambe le ngithi eish
Wang tsikinyetsa
I just hope you can see you aint gotta kill me
Cause already ngiyazfela

Noma bangathini bathi ngiku thakathile
Wen’ ubone mina kuzozonkhe intombi es’godini
Dali thath’ okwami
Haai unginik’ okwakho
Ngizokuthanda kuze kufike ekufeni
Dali wena
ukhanya njengelanga liphum’ e’kseni
Noma amazwi angaphela kusobala emehlweni
Wena thanda mina
Mina ngikhethe wena
Ngizokuthanda ngize ngifike ek’feni

[Chorus]
Kentucky ithambo lami
uYilo wena lovie wami
Sthandwa sami
uPhithezelesi imizwa yami
Khetha mina baby
Ngizokuphatha kahle
(Ngikuthande nom’uvutha baby stofu sam samalahle)