S'timela sase zola Lyrics

Album: 
Colours of Africa: Mbongeni Ngema (Collectors Edition)
Genre: 
Afro Pop

-

.

Wangbamba kwamancane
Wangbambel’ eduze (Isthandwa sami)
Wangkhumbuz’ eGoli mama
EZola (Stimela sam saseZola)
Wangbek’ esifubeni we mama
(Yelele mama, njengengan’ encane)
 
Thambo lam lekhentaki
Sambulela sam
Sambulela sam selanga
Sthuthuthu sami
Sokujika emadrayini ah we mama
 
Welcome dova baby
Stofu sam samalahle
Ngikthanda nom’ uvutha baby
IyhoIyho! Iyho!
 
Sengihamba ngo Commisioner
Ngigqok’ u-arrow shirt
Aw'bhek' ezansi florsheim shoes baby
Ngyobona wena baby eZola
 
Ngigibel’ iE20 eCarlton center
Esdididini mama
Ngelhandi lami, ngeshumi lami wemama
Ngyophumula kuwe baby edairy
 
Welcome dova baby
Stofu sam samalahle
Ngikthanda nom’ uvutha baby
we lavi wami bo, we mama
 
Wangthinta ngakhukhumala
Ngafana ne self raising
Nam ngagcwal’ strati
Ngafana nomabhalane
Wemama, welavi we baby

More songs

-