Sengigugile lyrics

Genre: 
Gospel

-

.

[v-1]
Ukufa kwami kwaziwa uMdali wami
Nethuna lami laziwa uBab' osezulwini
[repeat]
.
[chorus]
Ngizofa nami ngeskhathi sami
Ngizongena ethuneni ngobizo lwami
[repeat]
.
[v-1]
Hah weh
.
Mina seng'gulile, ngigulile
Seng'gulile
Mna seng'gulile, ngibuzwile ubuhlungu
[repeat]
.
Umphefumlo wami waziwa nguy' uBaba
Nethuna lami laziwa uBab' osezulwini
[repeat x3]
.
Hah wweh
Awu Nkosi, awu Baba
.
Ngibuzwil' ubuhlungu ngisaphila
Ngibuzwil' ubuhlungu ngempilo yami
.
[chorus]
.

More songs