Ntandane Lyrics

Album: 
Mr Serious
Song Year: 
2016
Genre: 
Pop

-

.

[Chorus]
Sengifana nentandane ma ungekho eduze kwam
Impilo ayifani ma ungekho nam
Sengifana nentandane ma ungekho eduze kwam
Impilo ayifani ma ungekho nam
Ngiyazibuza kwenze njani na
Impilo ayfani ma ungekho nami
Ngiyazibuza kwenze njani na
Impilo ayfani ma ungekho nami

Ngihambile futh ngibonile
Ngithandile futhi ngithandiwe
Kodwa angkaze ngithande kanjena
Ngihambile futh ngibonile
Ngithandile futhi ngithandiwe
Kodwa angkaze ngifeele kanjena

[Chorus]

Ngibonile, futhi ngizwile
Bekubiza ngamagama
Kodwa kimi kuyafana
Ngiyazibuza sekwenze njani na
Impilo ayfani ma ungekho nami (x2)

[Chorus]