Ngaphesheya Lyrics

-

Album: 
Joyous Celebration 1
Song Year: 
1996
Genre: 
Gospel
No votes yet

.

Ngomusa wakh'omkhulu
Uyosiholela
Embusweni wezulu
Ngaphesheya
Nom'indlela yakhe iding'umntanakhe
Ngiye khaya lakhe
Ngaphesheya
 
[Chorus]
 
Ngaphesheya
Ngaphesheya
Siya kuphumula
Siya kujabula
Ngaphesheya
Ngaphesheya
Nqa sifik'ezweni
Ngaphesheya
 
Nom'usiholela
Nasehlane elibi
Wosiphumisela
Ngaphesheya
Mlilo ukhanyisa
Nefu lisithisa
Konkhe kusiyisa
Ngaphesheya
 
[Chorus]
 
Sesithemba sithi
Uyosiholela
Size kwelakithi
Ngaphesheya
Jesu wosophula
Mhla sowela umfula
Khona sizoqula
Ngaphesheya
 
Chorus till fade