Is'deleli Lyrics

-

Song Year: 
2014
Genre: 
Kwaito
Average: 5 (1 vote)

.

Bathi This beat is kinda nice This beat is kinda sick Bekufuneka i club banga Foetsek, mina ngithi ungazongi I do as I please, ngenza into engifuna ukuyenza Yes, yi lomrapper ongana swagga Ghetto kakhulu, abo dude ngiyaba nyela Nje, ngiya delela bafowetu I think kule weave ka BonAng ngibone inkwethu For mina akekho ntswembu Ayiphakame lebari yake sighudule ngeslevu Well,ngisase Iqaba namanje Aksunoma ubani onedelela yebheshu Ingqondo yami ayisebenzi from kudala inolwembu Shezi uzo hlala ashisa baba khuze kubuye ujesu Im sick,ngibone u moskito ahlanziswa igazi lami Your chick,segamanzi,bega swima kuleflo yami
 
 
 
Le ngiyibhalele amafan wami Phakamisa isandla uma uthanda lok hlanya kwami Ghetto,futhi ngiproud anginaskam ngiBaroka bonke sihlukile istayela sami Yes ja velevele ayijiki Music for every munti ,nabadala angibancishi Yes ya welele and ende neh namahater sewathi welele
 
 
 
Ngifana nokudla mina ngenza amasimba Ngiya speeda namatraffic cop awakhoni ukungvimba Chifta.dlalela esidin okwe winger Yo sister.ipubic hair yam uzoyqhina Ngiyasika ngisanokfraya amaqanda ngeheater Ngiya cheater ngidla amakhekhe abaie yimi ugimba Ngiyashisa ngivuthela iline kushe intambo yespeaker Ngiyanyanyisa njengo Rick Ross makangafakanga iskipa Ungangbizi  Bra  angsona iskhwama samabele Ngiyincosi ena twenty something namanje ngincela ibele All women all beautiful omubi yilo ongekho muhle It s kind of pitiful lo mrepha bavele bamu booowe Bafake labomrapper laba ngobiter banswembu Banefaith ukuthi one day ngizobanikeza imenu Phela mina ngicava uSnoop Doggy Doggy ngiyamangala sekuno Snoop Dobh  idzondi
 
 
 
 
Le ngiyibhalele amafan wami Phakamisa isandla uma uthanda lok hlanya kwami Ghetto,futhi ngiproud anginaskam ngiBaroka bonke sihlukile istayela sami Yes ja velevele ayijiki Music for every munti ,nabadala angibancishi Yes ya welele and ende neh namahater sewathi welele
 
 
 
Its good it s nice labomrapper abogogo yimi imbungulu USdumo uyazi ikhekhe ngoMay bengilidla kakhulu Ngihlanya kakhulu.ngenza umusic for evrymuntu K shoda ngirephe ngama oyster ngicaterele abelungu Ngiyisphukuphuku ngiplana ukuya eMelika ngesthuthuthu Phansi komthunzi wezinkukhu ngiringa islungu noDesmond Tutu I wonder bekacabangani makangdala uNkulunkulu Ngibheda kakhulu ngeslungu.im better and cool Ngibhema kakhulu nginokokhohlwa ukuthi nguwubaba womuntu uHelen uzile, agqoke iskipa seDA Wafonela uMugabe phambi kwami, uyamufensa umubiza  ihunk  uJulius sekazo Copa, ngimubhemise iskunk Ngitholakala ehostela ngiyohayara isphandla Time waits for no one, kimi iskhathi siyabloma Ngikhipha ibattery ewashini, umuntu umthola emuntwini Uyangifensa uLira kuloku umuntu ngizomthola emlungwini
 
 
 
Phakamisa isandla uma uthanda lok hlanya kwami Ghetto,futhi ngiproud anginaskam ngiBaroka bonke sihlukile istayela sami Yes ja velevele ayijiki Music for every munti ,nabadala angibancishi Yes ya welele and ende neh namahater sewathi welele