Igama Lenkosi Lyrics

Album: 
Uyisiphephelo Sami
Song Year: 
2008
Genre: 
House

-

.

Igama lenkosi liyiyo inqaba
Ophephelela khona uyokusindiswa
Ohlezi kulona akanakwesaba
Nokuba umhlaba uzanyazanyiswa
Abayokhulek' egameni lenkosi
Bayakusindoswa, uyasho umbhalo
Libongwe abantu, libongwe yingelosi
Alikho igama elihle njengalo

Mhla ngiya kumuka ngishiye lomhlaba
Igama lenkosi liyakusindisa

Alikho igama elihle njengalo

More songs