Guqa ngamadolo ft Brown Dash Lyrics

Album: 
S'guqa Ngamadolo
Song Year: 
2003
Genre: 
Kwaito
Featuring: 

-

.

Hola bafwethu, khinci siyayivula lento TS records ifikile ndoda
Umzekekzeke lona ibari yase kasi elokshini uyabona
Ayeye now we s’cum ngesiguqa ngamadolo kushhuthi manje le reproduction yenziwe wu Dj Cleo wabona
Ngiphethe impintshi yami ubrown, Brown ama celebrity angeke sibhaya iskelem sawo silibele sizwa
ngawo ilibele azosikhenya la or kanjani mfana. Ntwana ungawari siphethe uCleo gcwala 7

Esithi Mzeke Mzekezeke, mzekezeke zeke
Aw Zeke zeke zeke

Awuyithathe kancani mfana kithi ngoba uyashesha
Uyithathe kalula mfana kithi ngoba uyadelela
Awuyithathe kancani mfana kithi ngoba uyashesha
Uyithathe kalula mfana kithi ngoba uyadelela

Sishaya iguqa, iguqa esithi guqa ngamadolo x2
Mawungazi lezi ezeyigebengu, lezi ezeyi gebengu, lezi ezeyi gebengu, lezi ezeyi gebengu, lezi ezeyi gebengu
Mawungazi lezi ezeyigebengu, lezi ezeyi gebengu
Sishaya iguqa, iguqa esithi guqa ngamadolo x2
Woza nazo woza nazo mzala, woza nazo mzala, waza nazo woza nazo Mzakes maan
Woza nazo Mzakes maan x3

Ayobayo yo yo yo
Ai maan why you finish this song, uzongidina la wena Dj Cleo bring the beat of the music back maan, bring the beat back unagozi uzongidina la
Lezi ezeyi gebengu mawungazi lezi ezeyigebengu, lezi ezeyi gebengu
Woza nazo mzala

Sishaya iguqa, iguqa esithi guqa ngamadolo
Woza nazo woza nazo mzala, woza nazo mzala, waza nazo woza Mzakes maan, ngizakubhelela
Ungazongihlahlela amehlo, I want everybody to sing this song
Guqa guqa guqa ngamadolo x2

More songs